Big Zulu Ivikela Mbuso lyrics

Ivikela Mbuso

Big Zulu

GENRE
Rap
[Intro]
Uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Mina ngilivikelambuso

[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe Yeyi
Uma ngingalala amathuba ayoshabalal'
Mina ngyiskhali seynsizwa
Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso

[Verse 1]
Ngangena ngasungul ushun
Bath' abadala ozongena akabuyi
Bathi lenqola ay'dum
Kant' abaphush abaphans abavum
Hhay suka abadede
Mina ngiyinkabi eyazalwa yembethe
Hhayi nxe, suka abang'xege
Ngawugubha lomgodi nje ngeke bangimele
Eshe, lena bath' ayizondi
Kwafa kwasan inkabi ayxoli
Yaz nina anibona besith syadlala
Inkabi ayidon[?]
Mina ngingayiqala ngingayimela
Ungangitsheli nge beef nginayihlaba ngingayipheka
INation ningayibuza inganitshela
Mina ngigqok' uBrentwood isketi singang'xega

[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe. Yeyi!
Uma ngingalala amathuba ayoshabalal'
Mina ngyiskhali seynsizwa wo
Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo!

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, Yeyi!
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso (Shun Wenkabi)
Yey

[Verse 2]
Mina ngangena ngaphatha
Bas'nikez' is'hlalo ke abanye basaba
Mina les'hlalo ngyasthanda
Anitshele obehleli seng'khona angahamba
Hebe! Les'godi ngiyasthatha
Uma kukhona onenkinga abofika ngizomlanda
Eshe! Iynsizwa niyophatha isizwe eseNkabi bafana ningapaka
Umfana ngingamshaya ngingamkhothisi
Nge'nduku zam' ngijike ngingamhlikihli
Ubheke ubheke angakukhohlisi
Ngamphiph' is'londa nje ngijike ngingak'pholisi
Loshun owevikelambuso mina ngingedwa ngingagingqa amabutho
Uthini? Kukhona onombuzo? Nkabi Nation, Shwele umshubo!

[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe. Yeyi!
Uma ngingalala amathuba ayoshabalal', wo
Mina ngyiskhali seynsizwa wo
Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo!

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, Yeyi!
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso
Yey

[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe. Yeyi!
Uma ngingalala amathuba ayoshabalal', wo
Mina ngyiskhali seynsizwa wo
Uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo!

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, Yeyi!
Mina ng'livikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso
Yey

[Outro]
Uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la

Related songs

Cookie crisp*Juice WRLD Instant DejavuBritney Spears UltrasonicChase The RockStar Pup Mac MillerTyler Halverson Porno Rap StarRochdi SteppinBlxckie Headed The Wrong WayRoy Forbes Only YouMaya Simantov No MoreHaro Angels Cry 2.0Slatt Zy

Comments

Popular posts from this blog